Izitatimende ezimbili zokukholwa

Isitatimende sokukholwa siyisango sobuSulumane, futhi sisho: «لا إله إلا الله محمد رسول الله». Lokhu kusho ukuthi akukho okumelwe kukhonjwe njengonkulunkulu ngempela ngaphandle kuka-Allah yedwa, ongenabo ozakwabo, nokuthi uMuhammad ﷺ uyinceku yakhe nomthunywa wakhe futhi ungumnqamulajuqu wabaprofethi.